Testo Volovolo - WTF!
Testo della canzone Volovolo (WTF!), tratta dall'album Volovolo
Witness the funky
Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Njalo uma sphuma syogroova
Asisasuki elokshini s'ngaphethe amacala
Mak'thiwa syamiswa omaphuza basesha
Lentransi umuntu engafahla
Fihla lempahla esoksini
Angfune k'lala estoksini
Asi pick up ongane ecrossini
Zithi zehlile etaxini
Asdlule kaMs*nu sibambe ama Vodka
NeDash sob'hlaba ngendlela
Kwebha bafo syazenzela
UGwa kade fona u11
Bafuna shlangane 47
Uy'khohlwa kanjani insimbi yakho ecabin
Angfuni uma kuthiwa asibambe impi kyabheda
Sekolamula amageja
Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Kushuthi ighost iqale sengise clubini
Kufone mjita athi uboni thekeni yami eyadini
Eh bafethu eMasiya phosa okhiye
Eh bafethu ubaby ngcono k'nyiwe
Ok moja sbambu two klipa
On the f*cking freeway
Ngithathe ingwenya eyodwa
With me might just get a b-
Ngishiye imemeza kwisheshe
Ngaze ngiy'thole kwi mess
Kanti uDash ul'phethe
K'vele k'suki pero yeah
Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Angsafune kuzwa lutho
Ngizaba ngisho ama salute
Namhlanje k'zokhala umuntu
Just in case uk'shiya ksuka
Mbheke la ezansi ngizonyuka
Kushuthi mangifike top ngithi jeb
Uhleli nolova ngingab'sabuza ngihlabi bheji
Avele ahlanye angbuze ikuphi inkinga
Ngoba mina naye asisa date
Ulova aphakame ksukumi isquad
Bathole amaphanta k'gqabuki nini
UMjay abacake aghostele manje
Lama simba enu aniwenzele ngaphandle
Sngagolozi ngidonse umuntu sgcwalindle
Kanti asiboni ukuthi lezinyoni
Zyasilandela
Lapho esingena khona bazoy'sholo
Ngane eng'hamba nayo ingimb' eqolo
Olova eng'hamba nabo badli iholo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Volo, volovolo
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Volo, v-
Into engiyiphethe la iband' eqolo
Witness the funky
Credits
Writer(s): Mnqobi Charles Mchunu, Thembinkosi Lindokuhle Gcwensa
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.