Rockol30

Testo Usbahle - Mlindo The Vocalist

Testo della canzone Usbahle (Mlindo The Vocalist), tratta dall'album Emakhaya

Uxolo bafethu mina ngikhetha lomntan' onga le
Ufike ngasekhaya izolo
Ngicab'thi ubehamba noSbahle
Kwaphel' imali kamjita iyhoo
Wahlany' umjita ehlel'ekoneni
Uxolo ntombazane ibizwa ngantoni na lento oyenzayo
Ahlanya amajita eclubini
Kuphel'mali yam
Kuphele nekabafo
Wena uzolala nami
Angeke uphuze imali yam bese ungshiya kanjalo
Ubes'ubatshele nguthe
Abangani bakho
Angeke bahambe
Kahle kahle mina sis wam k'shukuthi nginetloziy' encane
Angizwani nomuntu ongibaphent'ushukela sbali
Ugcine elahlekile kanjalo uSbahle
Ubegroova kuze kuse uSbahle
Phela ubekhokha ngabo lobuhle
Ubuso, inyawo, umzimba ngiyakutshela sbali
Konke kuhle
Bebemphuzisa vele babese bamudle
Namhlanje askhali
Lomjita obehambe naye umithisile mfethu uSbahle
Wathi umengafuni ukhiph'isisu akavele ahambe
Phela ubewudayisa umnzimba wakhe usisi uSbahle
Manje lamjita yena akafune ngane
Ukhuluma iqiniso siyamkhumbula thina uSbahle
NamaVosho, iWalk yePhara belbuzwa kuye
Nami ngizamile mfethi nami ukumkhuza uSbahle
Ngibe ngiwubani kodwa mina ngoba vele angifundile
Ubengasikhulumisi phela thin mfethu uSbahle
Ngoba uyazi asisebenzi kshuthi angeke simphuzise
Namhlanje uyazisola
Ukhumbula ngenkhathi bemthatha eclubini
Bamtshela bathi
Wena uzolala nami
Uvuma kanjani uhamba nomuntu ongamazi ekutshela cash
Wena uzolala nami
Nani mantombazane anizihloniphi
Wena uzolala nami



Credits
Writer(s): Themba Sekowe, Sthembiso Simelane, Lindokuhle Mgedezi, Thabo Martin Ngubane, Howard Thabang Gomba
Lyrics powered by www.musixmatch.com

Link

Disclaimer: i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare direttamente Musixmatch nel caso tu sia un artista o un publisher.

Elenco artisti

© 2025 Riproduzione riservata. Rockol.com S.r.l.
Policy uso immagini

Rockol

  • Utilizza solo immagini e fotografie rese disponibili a fini promozionali (“for press use”) da case discografiche, agenti di artisti e uffici stampa.
  • Usa le immagini per finalità di critica ed esercizio del diritto di cronaca, in modalità degradata conforme alle prescrizioni della legge sul diritto d'autore, utilizzate ad esclusivo corredo dei propri contenuti informativi.
  • Accetta solo fotografie non esclusive, destinate a utilizzo su testate e, in generale, quelle libere da diritti.
  • Pubblica immagini fotografiche dal vivo concesse in utilizzo da fotografi dei quali viene riportato il copyright.
  • È disponibile a corrispondere all'avente diritto un equo compenso in caso di pubblicazione di fotografie il cui autore sia, all'atto della pubblicazione, ignoto.

Segnalazioni

Vogliate segnalarci immediatamente la eventuali presenza di immagini non rientranti nelle fattispecie di cui sopra, per una nostra rapida valutazione e, ove confermato l’improprio utilizzo, per una immediata rimozione.