Testo Slow Jam Sase Bergville - Inkabi Zezwe feat. Sjava & Big Zulu
Testo della canzone Slow Jam Sase Bergville (Inkabi Zezwe feat. Sjava & Big Zulu), tratta dall'album Ukhamba
Shi eshe eshe(Grr)
Ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Wentombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Wentombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Wentombi uyajabula yini uma ungibona ngikhala ngawe?
Uyajabula yini uma ubona ng'khala ngawe?
(Ngoba ngiy'lobole kanjani-
Ngob' ingane yakho ayingfuni)
Idlala lamakhehla, idlala abanemali
(Ngoba ngiy'lobole kanjani-
Ngob ingane yakho ayingfuni)
Idlala lamakhehla, idlala abanemali enkulu
(Ngoba ngiy'lobole kanjani-
Ngob ingane yakho ayingfuni)
Idlala lamakhehla, idlala abanemali eningi
(Ngoba ngiy'lobole kanjani-
Ngob ingane yakho ayingfuni)
Idlala lamakhehla, idlala abanemali eningi
Umama uyakhala ekhaya, wemntanami!
Ubaba uyakhala ekhaya, wemntanami!
Hlengiwe ung'phendula kanjani ngikuthanda kanje?
Hlengiwe ung'phendula kanjani ngikuthanda kanje?
Umama uyakhala ekhaya, wemntanami!
Ubaba uyakhala ekhaya, wemntanami!
Wentombi ukhuluma kanjani ngimanxeba nginje?
Credits
Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi, Jabulani Hadebe, Siyabonga Nene, Vuyo Simeon Duncan Manyike, Kananelo Lazarus Mkhwanazi, Dumisani Welcome Nkosi, Xolani Tshabalala
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.