Testo Ngafa - Shwi
Testo della canzone Ngafa (Shwi), tratta dall'album The Great South African Trip, Volume 2
ngafa ngafel' ubala
ngafa ngafel' ubala whoah yii ingabe yini
bayangitshela laph' engihamba khona
bathi kimi yizintombi zami
uma ngingen' esibhedlele mina ngiyofun usizo lwempilo yam bafike bathi hamba baba awunalutho
uma ngingen emthola mpilo mina ngiyofun usizo ngempilo yam bafike bethi hamba baba awunalutho
awu impilo yami
awungitshele Nobuhle wami wena ngathandana nawe wangibhanqa nabangaki awungitshele
babebabili
awungitshele Nomusa wami wena ngathandana nawe wangibhanqa nabangaki na awungitshele
babebathathu
kwakungamele ukuthi ningibhanqe nabantu abaningi ngoba nani niyazi kulomhlaba kunezifo kwakumele nithande mina ngedwa
awungitshele Sindisiwe wami wena ngoba ngihlala nawe endlini bangaki na ongibhanqe nabo
dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
dali wami ngicel' ukhulum iqiniso kuwe dali
baningi ngeke ngeke ngibaqede
aww yimihlola yami yimihlola yami Sindisiwe
wangibulala Nobuhle wami lovey dali
ngikuthembe kangaka
wangibulala Nomusa wami lovey dali wangibulala sthandwa sami
wangibulala Sindi wami lovey dali wangibulala
ngikuthembe kanga
oh kanti unesandla ekufeni kwami
wayengcono kabi uZinhle
Credits
Writer(s): Shwi Nomtekhala
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.