Testo Maduze - Sjava
Testo della canzone Maduze (Sjava), tratta dall'album Umsebenzi
Distance distance
Don't mean a thing
Don't mean a thing yeah
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Maye ngiyay'zonda lezontaba mama
Ezingisithela ulavi wami
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Cela uy'phathe kahle
Lapho ukhona dali nami ngiyo'phatha kahle
Hayi ukuthi angikwethembi
Ngiyazi ilingo dali yohlala ikhona endleleni
Inkumbulo inkumbulo
Ngiyazi dali uyafa inkumbulo
Cela uqaphele inkanuko inkanuko
Hayi umzwangedwa ubanga inkanuko
Mayefika amaJongo
Uz'watshele ukuthi uqomele kwaZulu
Mayefika ezoshela amaJongo
Uwatshele ukuthi wena uqonywe le KwaZulu
Ontaba dilika
Ngibone sthandwa sami ai umamuBiza
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Maye ngiyay'zonda lezontaba mama
Ezingisithela ulavi wami
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Maduze
Duze, come duze
Ndiphuze
Credits
Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi, Jabulani Makhubo, Vuyo Simeon Duncan Manyike
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.