Testo Luhle ngani - Sjava
Testo della canzone Luhle ngani (Sjava), tratta dall'album Umsebenzi Gold Deluxe
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Ngaphandl' uyibhodwei (bhodwe)
Dlela bonke abesweleyo
Mina ngibulawa indlala
Kwabanye uwumthombo, mthombo ongashi
Mina ngibulawa ukoma
Abwvali umlomo bebathi uyiNgelosi
Kodwa kimi uyisono
Malini lothando lwakho ngivhele ngilikhokhele
Ngoba ngiyabona yitoho
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Kungani ukuthi ungifihlela uthando lwakho?
Cel' uliveze (veze) engabe kungani ungifihlel' imizwa yakho
Cel' ulveze, hambo hlakula amasimi amanye amadoda eyakho igwele ukhula
Ngithi iyanetha indlu yegagu
Hambo-fulela eminy' imizi yamanye amadoda
Idle kowakho iyanetha indlu yegagu
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Luhle ngani lothando lwakho kimi?
Mangingayazi imfudumalo yalo
Muhle ngani lomzimba wakho kimi?
Uma lingcolile ingaphathi lakho
Credits
Writer(s): Mfanafuthi Ruff Nkosi, Jabulani Makhubo, Daniel Hadebe
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.