Testo Isandla Sikamama - Nomfundo Moh
Testo della canzone Isandla Sikamama (Nomfundo Moh), tratta dall'album Amagama
Yeah you know it
Mama cel' ung'khanyisele
Ulul' isandla sakh' ungibonise
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele
Ulul' isandla sakh' ungibonise
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Empilweni yami (Iih)
Kuhambe kwahamba iNkosi yabiz' iQhawekazi lami (Iih)
Mihla ngemihla
Mina ngihlezi nginok'fisa
Ngilokhu ngilangazelela
Ukubon' ubuso bakhe
Hay' uyadel' osanomama wakhe
(Abanye balele emangcwabeni weh)
Mama cel' ung'khanyisele
Ulul' isandla sakh' ungibonise
Indlеl' ek'mele ngihambе ngayo
Ngikhanyisele
Ulul' isandla sakh' ungibonise
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Ndlovukazi yami enomoy' obunene
Ntombi yakwabo enesineke eh (eh heh)
Oh mina ngkhumbul' umama
Ngiyalangazelela
Ukuthol' eliny' ithuba nawe
Ngincokole nawe
Impilo ngab' ingcono ukube ngsesenawe
Mama cel' ung'khanyisele (khanyisa Mama)
(Khanyis' indlela), ulul' isandla sakh' ungibonise (khanyisa Mama)
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele (khanyisa Mama)
Ulul' isandla sakh' ungibonise (khanyisa Mama)
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama cel' ung'khanyisele (khanyisele!)
Ulul' isandla sakh' ungibonise (ungibonise)
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Ngikhanyisele
Ulul' isandla sakh' ungibonise
Indlel' ek'mele ngihambe ngayo
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Mama weh (Mama)
Credits
Writer(s): Nomfundo Ngcobo, Martin Manqoba Sosibo
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.