Testo Inhliziyo - Sjava
Testo della canzone Inhliziyo (Sjava), tratta dall'album Isina Muva
Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Funa wena, wena, wena, wedwa
Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo
Amehl' awababoni abanye and angeke kuze kshintshe lokhu
Bakhulume kab kimi bakhulume kabi kuwe
Bath ngibonani kuwe
Ngibona lokhu bak'bona kimi
Bayadlala min' angeke ngikyeke
Ngizokthanda njalo, nongathandi yoze athande
Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Funa wena, wena, wena, wedwa
Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo
Thembalam ngyacela ungalinge lalele labantu
Mabethi uthando lwethu lophelele emoyeni
Banomona, abafuni ukusbona sijabulile mina nawe
Kodwa leyo aksinkinga ngoba vele abasenzeli lutho ma
Banjal' abantu wobabheka abantu abayfuni intenhle
Abakhohlwe bayeke mina ngawegcwele ngawe
Ngish' ubaba nomama angeke bang'khethele ukuth ngithandana nobani
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Abangani nabongeke ngamane kphele ub'ngan' inkos' impela weh
Inhliziyo ifuna lokh' ekfunayo
Funa wena, wena, wena, wedwa
Inhliziyo ifuna lokh'ekfunayo
Credits
Writer(s): Makhubo Sihle Jabulani, Nkosi Ruff Mfanafuthi, Duncan Vuyo Simoen Manyike,
Lyrics powered by www.musixmatch.com
Link
Disclaimer:
i testi sono forniti da Musixmatch.
Per richieste di variazioni o rimozioni è possibile contattare
direttamente Musixmatch nel caso tu sia
un artista o
un publisher.